Inhlava iyabekelwa lokho kusho ukuthi umuntu okusizile kumele umbonge ngokumnika okuthile. Inhlava luhlobo lwenyoni eyibizela lezinyosi. Yona kayikwazi ukuzimba izinyosi..ngakho ke iye yenze umlozi wayo ukunguhlobo ekhala ngalo lapho ke bazonele kuyizwa abafana beylandele lapho iya ngakhona nebala befike bezthola izinyosi noju bese ke beyshiyela amacece noma amaqhimu ngoba iyawadla...lenyoni ke iphinde yaziwe ngokuthi INGEDE
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |